Skip to main content

UKUBALULEKA KOKUBUNGAZA AMASIKO NENDABUKO YAKHO

(Isithombe sithwetshulwe yi://africatimesmagazine)

Lurnay Tshabalala-Mavuso | Umbhali oMkhulu | Amasiko Nobuciko | 24 kuMandulo 2024 


KUWUSUKU olubaluleke kakhulu kwelase Ningizimu-Afrika. Usuku lokubungaza indabuko kanye namasiko abantu abenzinhlanga ezahlukene kuleli. Ngenkathi yobandlululo kwadaleka isehlukaniso esikhulu sobuciko babantu abantsundu, kanti ke loku kwadala enkulu ingxabano phakathi kwezinhlanga ezahlukene zabantsundu, kakhulukazi phakhathi kwesizwe sakwa-Zulu kanye nesizwe samaXhosa. Engingeke ngingene kakhulu emininingwaneni yakhona ngoba ngangingekho ngaleso sikhathi, kanti futhi engikwaziyo kungamahlebezi engiwezwe ngo gogo no mkhulu enginganaso nesiqiniseko sokuthi ngempela lokhu abangitshela kona kwaku yikho na. 

Izinhlanga ezahlukene kuleli zibungaza lolusuku ngokukhulu ukuziqhenya, loku kubonakala ngendlela abantu abagcoka ngayo ngaphambili kwalolusuku kanti futhi nangalo lolusuku. Lapho abantu bagcoka khona izimvunulo ezikhomba imvelaphi noma indabuko umuntu ngamunye aqhamuka kuyona. Lolu suku ke lokubungaza amasiko nendabuko, kuwusuku oliyiholide kwiNingizimu jikelele, lapho abantu bonke bahlezi emakhaya baphumule abanye baye emicimbini ehleliwe yokubungaza amasiko nendabuko. Lolu suku ekuqaleni lwalaziwa nge - King Shaka Day. Lapho kwaku khunjulwa khona inkosi yesizwe sakwa-Zulu, uShaka owayezalwa yinkosi uSenzangakhona kaJama. Ukushintsha lolusuku, kwabangwa wukuthi lolusuku lwalubungaza uhlangothi olulodwa lwendabuko yesizwe sakwa-Zulu, kanti kunezinye izinhlanga ezinamasiko nazo khona lapha eNingizimu. Kulapho ke usuku lwanamhlanje lwaqala lwahlanganisa izinhlanga zonke, ukuze kususwe ingcindezi yakudala eyadalwa abamhlophe. Lolu suku luhlanganisa lezinhlanga ngaphansi kwegama lo Buntu, elidume ngesisho esithi "Umuntu ngumuntu, ngabantu", loku kuchaza ukuthi singabantu sonke siyadingana ukuze sikwazi ukuphilisana kahle futhi sihlalisane kahle. Yize noma inkathi yamanje ingasefani nenkathi yase Mandulo. Lolu suku luyisikhumbuzo sokuthi siyizinhlanga ezahlukene kufanele sihlangane sonke egameni lobuntu kanye nokubambisana ekulweseni izimpi ezibangwa yimimoya noma abantu bangaphandle, abeze ezweni lethu ngokungekuhle. 

Ngithanda ke ukugqugquzela abantu bakithi ukuthi mabaluthokozele lolu suku, futhi bafundise nentsha yanamuhla ngokubaluleka kwamasiko, indabuko kanye nobuciko. Ukuze nabo bakwazi ukubaluleka kwalolusuku baphinde bafunde kabanzi ngamasiko abo nendabuko yabo yemvelo, engikholelwa ukuthi kuyokwenza abantu bazazi baphinde bazikhumbule ngankathi zonke ukuba bona baqhamuka kuphi futhi bangobani. Ngaze ngakhumbula ugogo wami osewadlula emhlabeni, waye thanda ukuthi, "Emhlabeni akufanelanga uphile ungazazi ukuthi uyisidikiselo saliphi ibhodwe", ayekuqondile wukuthi, empilweni kufanele uzazi ukuthi uwubani, wakwabani, uzalwa kuphi, wubani futhi kanjani. Lokho kuyokwakha futhi kuphinde kuku qinisekise enhlizweni, ukwazi ukuthi wena uyingane yakwabani futhi eqhamuka kuphi, ukuze uphinde wazi nezimfundiso ozitholile ekhaya lapho uphuma khona. 



TSAKANE INFORMER 

 

Popular posts from this blog

TRENDING | 20 Year old Tsakane Thespian and Activist Gunned on the 31st of December 2025

      [Image: Xabiso Pearl Kambi TikTok] Lurnay Tshabalala-Mavuso | Senior Reporter | 08 January 2026 On the 21st of November 2025, She spear-headed the National Gender-Based Violence Shutdown March in Tsakane, Ekurhuleni. She believed in the rights of women and in the social,political and economic equality of the sexes. Little did she know that on the last day of 2025, it would be her last day on earth. Xabiso Pearl Kambi(20), a young thespian and activist from Tsakane, was fatally shot on the 31st of December 2025 outside her family liquor store at Corner Mbulu and Maduna street in Maxhoseni section. Kambi was allegedly approached by 3 men who robbed her of her bag which had the cashing from that day. Kambi then ran after the men fighting for her bag, it was then that one of the assailants shot her leaving her heavily wounded. Kambi succumbed to her wounds and passed on at the scene and when emergency services arrived they declared her dead confirming that h...

RECAP | President Cyril Ramaphosa's Presidential Imbizo at Tsakane Stadium in Ekurhuleni.

  picture ://sabcnews//  Lurnay Tshabalala-Mavuso | Senior Reporter | Politics | 27 August 2024  ON FRIDAY the 23rd of August 2024, President Cyril Ramaphosa and some of his cabinet members visited Tsakane Stadium in Ekurhuleni, the east of Johannesburg to host the very first Presidential Imbizo after the 2024 National Government Elections.  This imbizo is said to be the key connection between the president and the citizens, as ministers of respective ministries are also required to be present so that they can account for some of the concerns that citizens have about issues that are relational to their ministries.  In his welcoming, Ekurhuleni Mayor Nkosindiphile Xhakaza mentioned that he is aware of the issues within the City of Ekurhuleni like unemployment, substance abuse, crime, etc. He also acknowledged and paid respects to the late iconic actress Mama Connie Chiume as she was a resident of Ekurhuleni. Mayor Xhakaza also made mention of an approved budget o...

ON THE COVER | MASUPA 'MARS' SEKABATE

  JOURNEY WITH MASUPA, AKA KING MARS  Lurnay Tshabalala -Mavuso   mytsakaneinformer@gmail.com  MEET - MASUPA SEKABATE aka KING MARS   Masupa describes himself as a very quiet, chilled and laid back person, who grew up in a household filled with nothing but love, laughter and a lot of music. Masupa is a proud son of the soil and does not shy away from acknowledging his ancestors and worshiping God his creator. Masupa Sekabate is from Tsakane Extension 17 and is a local citizen and not forgetting to mention that he is a local creative too, who is about to become one of the country's best vocalist and musician. Let's dive into the conversation that we had with this incredible young man.  Who is King Mars?  King Mars is a Singer, Songwriter, Vocalist and Musician. Born and bred in Tsakane, popularly known as Mashona. King Mars is a child of the Bakwena tribe. A person who is so embedded in their culture and traditions.  Why are meeting in Kwa-The...